UNhlaba (uMeyi)
yinyanga yesihlanu yonyaka. Ingesikhathi sonyaka lapho sekuqala khona imimoyana ehlabayo sekuvalelisa ihlobo. Sekushesha nokuhlwa, sekungena ubusika. Ngalenyanga kuvamise ukuba ukuthi isihlahla se
nhlaba
siqhakaze izimbali ezibomvu eziba namanzianoshukela abizwa ngokuhti uvovo. Uvovo ufolwa ngayo inyanga kaNhalaba.