Umoya ongcwele
, ngumoya obuya ku
Jehova
. Kwathi ngenkathi
uJesu Krestu
eya ezulwini washiya umoya oyongcwele ukuba uthathe isikhundla sakhe uma eseya ezulwini. Lomoya uthatha isikhundla sika Krestu ukuze abakholelwa kuye uJesu Krestu bangasali bebuthakathaka noma badinga.