한국   대만   중국   일본 
Umkhiqizi wesiqoshwa - Wikipedia Jump to content

Umkhiqizi wesiqoshwa

Mayelana Wikipedia

Umkhiqizi wesiqoshwa n oma Umdidiyeli wesiqoshwa, ungumholi wobuciko nobunyoninco bomsebenzi wokuqopha, olawula isikhathi se-''studio'' nokuqeqesha abaculi, futhi ezinhlotsheni ezidumile ngokuvamile ukhiqiza umsindo nesakhiwo sengoma. [1] [2] [3] Umkhiqizi wesiqoshwa , noma umdidiyeli, ufaniswa nomqondisi wefilimi noma umqondisi wobuciko. Umkhiqizi oyinhloko (executive producer) , kolunye uhlangothi, wenza inkebengo yokuqopha yenzeke ngokuba umhwebi, bese unjiniyela wesilalelwa ugidinga ezobuchwepheshe.

  1. Virgil Moorefield , "Introduction" , The Producer as Composer: Shaping the Sounds of Popular Music (Cambridge, MA & London, UK: MIT Press , 2005).
  2. Richard James Burgess , The History of Music Production (New York: Oxford University Press , 2014), pp 12?13 .
  3. Allan Watson, Cultural Production in and Beyond the Recording Studio (New York: Routledge , 2015), pp 25?27 .