Ukudludlungwa kwesiyabizo

Mayelana Wikipedia
Ukufufukiswa kwesiyabizo kusetshenziswa ukudludlungwa kwesiyabizo samazuba. Iziyabizo eziguqulwe kusuka kwisimo samaza esinye kuya kwisimo samaza esivuve samazuba, esidludlungwayo, sifufukiswe njengamaza wenzubawonga
Isiyabizo esingasokhohlo sifana nomsindo, kodwa ubunyoninco bokudludlungwa kwesiyabizo obaziwa ngokuthi ukuqagela umungco wobuluthe ubonisa ukuthi siqukethe izigcoyi zomjingo ezinhlanu ezichasiswe kahle.

Ukudludlungwa kwesiyabizo kungumkhakha ongaphansi komngcikisho wamazuba ogxile ekuhlaziyeni, ekugwabukiseni nasekulumbaniseni iziyabizo , njengalapho kudludlungwa umsindo, izithombe, iziyabizo zokudlidlizeka, ukudludlungwa kwesilinganiso sokuphakama, kanye nezilinganiso zenzululwazi. [1] Ubunyoninco bokudludlungwa kwesiyabizo busetshenziswa nasekungqandiseni ufufukiso, ukuqoqonga imininingo, ukulungiswa kweziyabizo ezingacacile, emgangathweni wombukiso ongemuhle kanye nasekuhlongeni izigcoyi zokunakwa esiyabizweni esilinganisiwe. [2]

Imithombo [ hlela | Hlela umthombo ]

  1. Sengupta, Nandini; Sahidullah, Md; Saha, Goutam (August 2016). "Lung sound classification using cepstral-based statistical features". Computers in Biology and Medicine 75 (1): 118?129. doi : 10.1016/j.compbiomed.2016.05.013 . PMID   27286184 .  
  2. Alan V. Oppenheim and Ronald W. Schafer (1989). Discrete-Time Signal Processing . Prentice Hall. p. 1. ISBN   0-13-216771-9 .