USotsha Ernest Dlamini
(27 Meyi 1940 - 7 Febhuwari 2017) wayenguNdunankulu
waseSwazini
kusukela ngomhlaka 6 Okthoba 1986 kuya kumhlaka 12 Julayi 1989.Wazalelwa
eMankayane
. UDlamini ushone ngo-7 Febhuwari 2017, eneminyaka engama-76.
[1]
USotsha Dlamini uzalelwe eMankayane. Waba ngundunankulu ngemuva kokuqokwa nguDzeliwe waseSwazini ngo-1986. Ungene endaweni kaBhekimpi Dlamini, owesula ngo-1986. UDlamini wayenguNdunankulu njengoba kwakwanda uthuthuva lobandlululo. UDlamini ushone ngoFebhuwari 7, 2017, eneminyaka engama-76; waquleka esekhaya eMankayane, eSwazini.
- ↑
Ex-Prime Minister Sotsha Dlamini dies