INgunazana iyisidlangala seziphili ezinengqamuzana elilodwa. Lezi ziphilincinci ziswele iNdeni yengqamuzana ingakho zibizwa izinswelandeni . Izingunazana ekuqaleni zazibizwa Izinungwana , kodwa lokho kwabuye kwalungiswa ngenxa yokungafani nazo.