한국   대만   중국   일본 
Congress of South African Trade Unions - Wikipedia

Congress of South African Trade Unions

ICongress of South African Trade Unions ngamafuphi iCOSATU yinhlangano enkulu yabasebenzi eNingizimu Afrika eyasungulwa ngonyaka we-1985. Lenhlangano imele abasebenzi abayi-1.8 million, ibuye ibe nezinhlano zabasebenzi ezingama-21 ngaphansi kwayo [1] . ICOSATU ibuye ibe nobuhlobo neqembu lezombusazwe i ANC kanye neqembu lakhomanisi i South African Commmunist Party (SACP) [2] .

Ibhlilidi leCOSATU eGoli

Imithombo

hlela